Esphambanweni - Kelly Khumalo, Hlengiwe Mhlaba

Esphambanweni - Kelly Khumalo, Hlengiwe Mhlaba

  • Рік виходу: 2020
  • Мова: Коса
  • Тривалість: 6:23

Нижче наведено текст пісні Esphambanweni , виконавця - Kelly Khumalo, Hlengiwe Mhlaba з перекладом

Текст пісні Esphambanweni "

Оригінальний текст із перекладом

Esphambanweni

Kelly Khumalo, Hlengiwe Mhlaba

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wena Jehova unesineke

Futh' uyang’khathalela

Wena Jehov' uyang’mangaza

Awufani awufani nab' abantu

Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha

Indebe yam' iyachichima

Oh hallelujah useyingoma yam'

Yoku yokudumisa

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wena Jehov' awungiyeki

Ngob' uyakhathazeka

Nginawe angsoze ngadangala

Phel' awufani awufani

Nabantu

Ugcobis' ikhanda lami

Ngamafutha indebe yami iyachichima

Oh hallelujah useyingoma yam'

Yokudumisa halelujah

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wena Jehova unesineke

Futh' uyang’khathalela

Wena Jehov' uyang’mangaza

Awufani awufani nab' abantu

Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha

Indebe yam' iyachichima

Oh hallelujah useyingoma yam'

Yoku yokudumisa

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

Wabethelwa ngenxa yami

Esphambanweni sehlazo

Yingakho ngikudumisa

Ngith' uphakeme

2+ мільйони текстів

Пісень різними мовами

Переклади

Якісні переклади всіма мовами

Швидкий пошук

Знаходьте потрібні тексти за секунди